Uthando Lwakho Lyrics – Chapter 8 (Sekwanele)

Uthando Lwakho Luyangengama

Uthando Lwakho Lyrics – Chapter 8 (Sekwanele) Mp3 Download

Uthando Lwakho Lyrics – Chapter 8 (Sekwanele) Fakaza: Chapter 8 (Sekwanele) drops Uthando Lwakho Lyrics 2020 studio Free Music On Fakaza.

Uthando lwakho Lyrics

Uthando lwakho luyangegama
Lungicoba amathambo ngiphele nya
Ungiyengile ngayengeka

Ngisothandweni moyogcwele

Ngiyaligaxa lolucu moyogcwele
Aw ngiyakuthanda ngehliziyo yami yonke
Uyisithandwa somphefumlo wami
Ngisothandweni moyogcwele

Ngisothandweni
Ngisothandweni
Ngisothandweni moyogcwele
Ungilindile, ngahluleka
Ngisothandweni ngunaphakade

Uthando lwakho luyangegama
Lungicob’ amathambo ngiphele nya
Ungiyengile ngayengeka
Ngisothandweni moyogcwele

Ngisothandweni
Ngisothandweni
Ngisothandweni moyogcwele
Ungilindile, ngahluleka
Ngisothandweni ngunaphakade